Impi Yabomdabu Isethunjini (IsiZulu Home Language Grade 12: Novel) ePDF (1-year licence)
Level / Grade:
Grade 12
Author(s):
Buthelezi, JC
ISBN:
9780636204195
License:
1-year licence
File type:
ePDF
Lena inoveli ikhuluma ngemfundo kanye nenhlalo emndenini. Umbhali ubhale ngemfundo emva kokuba iNingizimu Afrika isizuze inkululeko. Uthi aqhathanise ukufunda okuzuzwe abasemadolobheni ekuqhathanisa nabasemakhaya.
Nakuba lo mndeni umbhali abhale ngawo kungumndeni owodwa kepha abanye bathi uma sebefundile babukele amanye amalungu omndeni phansi ngoba sebezibona bengcono. Laba abahlala endaweni esemakhaya bona ukufunda kwabo kuthela izithelo ngoba benza umehluko omkhulu empilweni yomndeni wabo kanye nasemphakathini ngokubanzi. Umbhali ugqamisa ukuthi uma uzimisele ukwenza into ethile uyaphumelela noma ngabe zingakanani izihibe ezisendleleni yakho. Le noveli inika ithemba futhi iyakhuthaza. Imuva lakho alisoze lacaba indlela yakho ebheke phambile kepha umuntu. Le noveli iqukethe:

- Isingeniso esinolwazi olujulile;
- Imibuzo yamazinga ahlukene ukuze umfundi akwazi ukuzwisisa kangcono indaba.
- An informative introduction; and
- Levelled questions for the learner's comprehension of the story.
- View the entire book offline on desktop or tablet;
- Search for and highlight text; and
- Add and edit personal notes directly in your eBook.
Edition | 1 |
---|---|
Publication date | Sep 30, 2016 |
Language | IsiZulu |
Author(s) | Buthelezi, JC |
Level/Grade | Grade 12 |
Book Type | Novel |
Brand | MML Literature |
Imprint | Maskew Miller Longman |
ISBN | 9780636204195 |
Licence | 1-year licence |
File type | ePDF |
Format | Fixed layout |
Write Your Own Review